Categories
PIP isiZulu

Are there medicines to prevent my child getting COVID-19: Ngike ngizwa ukuthi kuneminye imithi namakhambi engingawanika ingane yami ukuyivimbela ukuthola i-COVID-19 – ingabe kuyiqiniso?

Qaphela ‘izindaba ezingamanga’!!

  • Luningi ulwazi olungamanga nolungalungile oludluliswa ngalesi sikhathi.
  • Azikho izithasiselo ezithile noma amavithamini noma amakhambi noma imithi evimbela i-COVID-19 ezinganeni (noma kubantu abadala)
  • Ukuze uhlale uphilile, yidla ukudla okunempilo (izithelo nemifino eminingi), uzivocavoce nsuku zonke, ulale ngokwanele futhi uzame ukungakhathazeki ngokweqile.