Categories
PIP isiZulu

How does COVID-19 affect babies and children: Umphumela we-COVID-19 Ezinsaneni Kanye Nasezinganeni

  • Kaningi azibi nazo izimpawu noma ziba nezimpawu ezingconywana kunabantu abadala
  • Izimpawu ze-COVID-19 ziyafana ezinganeni nakubantu abadala.
  • Izimpawu zifana nezesifuba noma imfuluwenza: ingane ingase ibe nemfiva, amafinyila anganqamuki, futhi ikhwehlele. Kwesinye isikhathi iyahlanza noma ibe nesifo sohudo.