Categories
Physical Health isiZulu

Should children wear a face mask: Izingane ezigqoke izifihla-buso

Izingane ezineminyaka engaphezu kuka-2 kumele zifake izifihla-buso uma zingaphandle kwekhaya. Kodwa, kusamele futhi ukuba zizigcine ziqhele ngamamitha angaba ngu-2 kwabanye abantu. Lokho kungaba cishe ubude bombhede.

Kodwa, ingane akumele ifake isifihla-buso uma

  • Ingakwazi ukuphefumula kahle ngesifihla-buso
  • Senza ukuba ibambabambe isifihla-buso futhi ithinte ubuso bayo kaningi
  • Ingakwazi ukukhipha isifihla-buso ngokwayo ngenxa yokukhubazeka
  • Ingaphansi kweminyaka engu-2