Uma izingane zakho zesaba noma zingakhululekile ukugqoka isifihla-buso
- bavumele bazijwayeze ukufaka nokuhlanza isifihla-buso ekhaya
- fundela izingane zakho izincwadi noma uxoxe izindaba eziqinisekisayo ngokugqoka izifihla-buso
- hlobisa izifihla-buso ukuze zine ngezomuntu uqobo noma zijabulise
- mabenzele ithoyizi eliyintandokazi isifihla-buso
- khumbula ukuthi izingane ezingaphansi kweminyaka emibili akufanele zenziwe ukuthi zigqoke isifihla-buso