Categories
Physical Health isiZulu

Yini okumelwe ngiyenze uma nginezimpawu ze-COVID-19?

What must I do if I have symptoms of COVID-19?

Abesifazane abakhulelwe abanezimpawu ze- COVID-19 (umkhuhlane, isifuba esomile, amamasela abuhlungu, umphimbo obuhlungu, ukuphefumula kanzima) kudingeka bahlolwe. Sicela ushayele inombolo yamahhala (0800 029999) noma umtholampilo wangakini ukuze uthole ukuthi ungaya kuphi ukuze uhlolwe noma uthole ukuthi kudingeka ubize i-ambulance yini ukuze ikuse esibhedlela ngokushesha. Faka imaski. Ngokushesha nje lapho ufika, tshela umsebenzi wezempilo ukuthi unalezi zimpawu.