The content on this page has been written with mothers and pregnant women in mind and fact checked for accuracy using resources from the South African National Department of Health. Find information on the COVID-19’s implications for your and children’s physical health during pregnancy, breastfeeding and early childhood. Click on the individual question you would like to find an answer to.
- Ngikhulelwe futhi ngisebenzisa izinto zokuthutha zomphakathi. Ingabe kufanele ngiqhubeke ngiya emtholampilo?
- Ingabe ngingaqhubeka ngiya emtholampilo ukuze ngiyohlela umndeni phakathi nalesi sikhathi se-COVID-19 naphakathi kokuvalwa kwezwe?
- Ngingayivikela kanjani ingane yami kwi-COVID-19 lapho ngihlala nezihlobo futhi ezinye zingasebenzeli ekhaya?
- Ingabe izingane ezine-COVID-19 zingabhebhethekisa leli gciwane kwabanye abantu?
- Ingane yami inezimpawu zomkhuhlane eziqaleni izolo. Yini okufanele ngiyenze?
- Ngingayivikela kanjani ingane yami uma ngizophuma ngiye emsebenzini?
- Ngingaluvikela kanjani usana lwami esifweni i-COVID-19?
- Ingabe ngingancelisa uma ngine-COVID-19 noma uma kungenzeka nginayo?
- Yini evamile ngesikhathi ngikhulelwe –futhi kunini lapho kufanele ngiye khona emtholampilo?
- Kwenzekani lapho ngibeletha?
- Yini okufanele ngiyenze uma ngingazizwa kahle ngesikhathi ngikhulelwe?
- Ngizophathwa kanjani uma ngingenwa yi-COVID-19?
- Yini okumelwe ngiyenze uma nginezimpawu ze-COVID-19?
- Ingabe kufanele ngiqhubeka ngiya emtholampilo phakathi nesikhathi sokukhulelwa?
- Ingabe abesifazane abakhulelwe basengozini enkulu yokuthola i-COVID-19?
- Ingabe igciwane le-COVID-19 lingakuthinta ukukhulelwa kwami?
- Uyini umehluko phakathi kowesifazane okhulelwe nosanda kubeletha phakathi nalesi sikhathi se-COVID-19?
- Should I still take my baby for immunisations: Ingabe kumele ngiyise ingane yami ukuyogoma?
- Should children wear a face mask: Izingane ezigqoke izifihla-buso
- What to do if your child/ren have been in contact with a COVID-positive person: Izingane ezixhumana nomuntu one-COVID-19